Search Badges Account

Indaba imayelana nezilwane ezisencane ezihlengwe ezimeni eziyingozi ezahlukene zifika ekhaya lezintandane. Lezi zilwane zinakekelwa ziqashelwe ngumgcinizilwane kanye neqembu labasizi bakhe.

Ukumamatheka kukaSizwe

Bala ezilwane eziyophuza. Kwenzekani uma ibhubesi lefika ukuzophuza?

Ukubala kusuka eqandeni kuya kusishiyagalolunye.

Ngubani ozoba ngumphathi wezilwane emva kokuthi ingwe seyehlile esihlalweni?

Ngitshele…manje! Imibala

Angilitholi ikati lami. Ngicela ungisize ukulibheka.

Kule ndaba umntwana ulinganisa izingubo ezinkulu kakhulu, ezincane kakhulu nezinye ezilingana kahle. Le ndaba ithathelwe endabeni ethi ‘Izingubo zesikole’ (University of KwaZulu- Natal SEED).

Isilo Sezibi

Indoda ende yayiyinde kakhulu, yonke into imfishane kakhulu. Wathola icebo lokuguqula izinto.